Kufanele axoshwe uLesufi ngendlela aphatha ngalo udaba lobandlululo enkulisa: FF Plus

2016-07-04 17:39

Johannesburg - IFreedom Front Plus isivulele uNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng uPanyaza Lesufi yathi ifuna axoshwe kulandela indlela aluphatha ngalo udaba ngemuva kwezinsolo zobandlululo enkulisa i Koeitjies En Kalfies.

"Icala silivule namuhla ekuseni kanti futhi sinane-case number. Indlela uLesufi aluphatha ngayo udaba ivunguza udlame, ukwesabisa nokuhlasela," Kusho umholi we-FF Plus eGauteng u-Anton Alberts. 

OLUNYE UDABA:U-MEC ubizwe ngekhafula ezama ukuzonqisa inkulisa nobandlulilo

Ngenyanga edlule kwasabalala isithombe esiveza ingane yentombazane yomuntu omnyama ihlukanisiwe ngokuhlala nezinye izingane nabantu abamhlaphe. Les sitho,be sitshengisa le ngane ihlezi yodwa etafuleni eliseceleni kwalelo elihlezi izingane zabamhlophe. Le ngane enezinyanga ezingu-19 izelwe isikhishiwe kule nkulisa.

Ngemuva kokuba uLesufi eseyivakashele le nkulisa wathi unengekile ngokuthola aukuthi bonke othisha bakule nkulisa bangabamhlophe kanti futhi kukhulunywa isibhunu.

U-Albert uthe i-FF Plus ayinakinga  ngokungenelela kukaLesufi kulolu dasba kodwa indlela aziphatha ngayo ngesikhathi eya kule nkulisa, kubika iSowetanLive.

ISITHOMBE:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.