Kufe abantu abangenacala usomabhizinisi exabana nomfowabo

2016-05-06 18:34

Punjab – Owesilisa wasePakistan onesitolo esidayisa amaswidi uvumile ukuthi wadlisa abantu abangu-30 ushevu bashona, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Lo mlisa uthi wathaka uswidi wakhe ngomuthi wokubulala izinambuzane ethi uyaziphindiselela kumfowabo omdala.

UKhalid Mehmood uvume icala enkantolo wathi wayezama ukudlisa umfowabo ushevu kulandela ingxabano, umfowabo wase “eyamthuka”.

“Ngagifuna ukumfundisa abantu,” kusho uMehmood.

OLUNYE UDABA: Uzifake ushevu enkomeni ezama ukubulala indoda

“Ngangithukuthele ngase nginquma ukufaka umuthi wokubulala izinambuzane koswidi besakhiqizwa.”

Kuthiwa labo swidi abanobuthi bathengwa owesilisa wasendaweni, wabanikeza umndeni nabangani kugujwa ukuzalwa komzukulu wayo.

Kwabe sekushona abantu abangu-30 ngenxa yalokhu, kuthiwa ezinye izisulu zisasesibhedlela.

Umbiko wamaphoyisa uthi bangu-52 abantu abadla lo swidi uma sebephelele.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.