Kufezeke iphupho lami ngokudlala kowomkhaya - OweChiefs

2016-08-04 08:15

Johannesburg - Umdlali wasemuva weKaizer Chiefs, uRamahlwe Mphahlele, udalule ukuthi kufezeke iphupho lakhe ngokumela iChiefs emdlalweni womkhaya.

Lo mdlali ungene ngesiwombe sesibili wasiza iqembu lakhe ukuba lishaye iPirates.

Funda nalolu daba:  Lithole ijezi elisha iqembu logogo

Lo mdlali oneminyaka engu-26 ubudala uthi asikho isiqalo esihle njengokushaya izimbangi.

“Kubewumuzwa omnandi ukugqoka ijezi eli-Gold & Black okokuqala ngqa,” kusho uMphahlele kwi-website yeqembu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.