Kufunwa izihlobo zoshone egijima emgwaqeni

2017-08-05 10:54

Durban – Amaphoyisa athungatha umndeni wendoda oshonele emwaqeni ePinetown kade igijima ngoLwesine ebusuku.

ULieutenant Colonel Thulani Zwane ngoLwesihlanu uthe umufi ungowesilisa womlungu, ophakathi kweminyaka engu-25 nengu-30 ubudala, unezinwele zincane ezimnyama.

“Ubegqoke isikhindi esiluhlaza sasibhakabhaka, isikibha esiluhlaza satshani kanye namateki e- Asics,” kusho uZwane.

OLUNYE UDABA: Kuhlengwe ebebenziwa izigqila zocansi

Umufi kuqinisekiswe ngabosizo lokuqala ukuthi ushonile ngezithuba zabo-19:30 eParadise Valley lapho equlekele khona kade egijima.

Kuzohlolwa isidumbu sakhe ukuthola ukuthi ubulawe yini, kusho uZwane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.