Kufunwa "osebenza kwaSassa"ngokuthumba ingane

2016-12-02 19:31

Johannesburg - Amaphoyisa aseGauteng aphenya icala lokuthumba ngemuva kokuba owesifazane ezenze osebenza kwa- South African Social Security Agency (Sassa) ethumbe ingane enezinyanga ezine izelwe kumama wayo.

Kukholakala ukuthi lo wesifazane uthembise ukunikelela omama abahlwempu ngezimpahla zokugqoka zezingane njengesipho skakhisimusi eCarlton Centre maphakathi nedolobha laseGoli.

Ube esenyamalala nengane.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele othumbe usana esibhedlela eMpangeni

Okhulumela amaphoyisa uXoli Mbhele uthe amaphoyisa athungatha owesifazane osolwa ngokuthumba.

"Sicela onolwazi ngowesifazane osenengane manje kodwa ongabanokalanga ekhulelwe abikele amaphoyisa aseduze naye."

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.