Kufunwa unina wosana olutholakale ehlathini eMlazi

2016-04-26 12:31

Durban – Kufunwa umama wosana obelusanda kuzalwa olutholwe ehlathini lufakwe kuplastiki womgqomo eMadanyini, esigcemeni sakwa-J, eMlazi.

Kuthiwa le ngane itholwe ngowesilisa ngabo-03:30 obephuthuma isitimela sokuqala, kubika iSolezwe.

Uthi uzwe ingane iqandula emahlathini, wayibheka wayithola esikhotheni esiseduzane nomgwaqo.

Kuthiwa lolu sana belugoqwe ngengubo yokulala lase lufakwa kuplastiki, kanti kubukeka sengathi umama walo ubengaqondile ukulubulala ngoba uplastiki akazange awubophe iqhina.

OLUNYE UDABA: Kutholakale usana emgodini wethoyilethe

“Ingane itholwe ihanjwa yizintuthane, okungenzeka ukuthi bese ziyincinza yingakho ibikhala. Siyifisela inhlanhla le ngane sengathi ingakhula ibe wutho ngelinye ilanga,” kusho ilungu lomphakathi.

Ligxeke isenzo sikanina wengane, lathi bekumele ingane ayihambise kosonhlalakahle uma engayifuni, hhayi ukuyilaxaza kanje.

Owamaphoyisa uLieutenant Nqobile Gwala uthe baphenya icala lokulahlwa kwengane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.