Kugcine kumenele umkhulu owadutshulwa umzukulu, 8, ngephutha

2018-04-12 16:00

Johannesburg - Kugcine kumenele esibhedlela umkhulu waseRandfontein ngemuva kwesonto elilodwa adutshulwa wumzukulu wakhe ngephutha.

"Le ndoda ishonele esibhedlela iChris Baragwanath eSoweto ngoLwesithathu ngenxa yamanxeba amabi ebinawo," kusho uDavid Masedi we-SAPD etshela iphephabhuku iYOU.

Ngesonto eledlule iYOU yabika ngena yentombazane eneminyaka engu-8 ubudala eyadubula umkhulu wayo esiphongweni ngesibhamu izitshela ukuthi ngesethoyizi ngoLwesibili lwangomhlaka-3 Ephreli.

OLUNYE UDABA:Ingane,2, idubule umfowabo omncane ebusweni

Abephephabhuku bavakashela umndeni  emzini wawo oseHelikon Park, lapho ilungu lomndeni elacela ukuba igama lalo ligodlwe laqinisekisa isigameko.

Lo mthombo obuhluleka nokulandisa udaba watshela iYOU ukuthi lesi yisikhathi esinzima emndenini njengoba iningi seliqalile ukululekwa ngokomqondo.

Ngenxa yobucayi besigameko umndeni awuzange ufune ukunaba ngokwenzeka ngosuku lwesigameko.

UMasedi uqinisekisa ukuthi icala lokuzama ukubulala selingelokubulala.

"Icala lisaphenywa," usho njalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.