Kugetshengwe abosizo lokuqala edolobheni laseGoli

2016-07-11 20:32

Johannesburg – Abayisithupha abasebenza njengama-paramedics bagetshengwe zonke izinto abebeziphethe ngesikhathi bezama ukuhlenga impilo yomuntu eJeppestown.

Abosizo lokuqala bebebizelwe kwisigameko lapho kugwazwe owesilisa edolobheni ngo-4 ekuseni ngeSonto ngesikhathi begetshengwa amadoda amabili.

“Bafike bafuna izinto abaziphethe, omakhalekhukhwini kanye nezikhwama zemali. Babuye bathatha isikhwama sosizo lokuqala kanye no-ova,”kusho okhulumela idolobha laseGoli.

Leli dolobha lithi seziningi izigameko zokugetshengwa kwabosizo lokuqala uma bezohlenga umphakathi odinga usizo, kubika i-Africa News Agency.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.