Kugetshengwe owesilisa olimale engozini yomgwaqo

2018-03-01 07:30

eThekwini -  Owesilisa obelimale kabi engozini yemoto uzithole esiwukudla kwezigebengu ebezimile zimubuka elinde abosizo lokuqala.

OweRescue Care uCeron Meadows uthi lowesilisa ulimale kabi ngesikhathi imoto yakhe ishayisa isigxobo emgwaqeni uCato Manor ngoLwesithathu emini.

"Umshayeli wale moto utholakale elimele kabi ngemuva kokushayisa isigxobo. Okubi wukuthi abantu abafike kuqala endaweni yesigameko, bamthathele impahla yakhe esikhundleni sokuba bamtholele usizo,"kusho yena.

OLUNYE UDABA:Kulimale abasebenzi bakwa-Eskom kugingqika ibhasi

Uthi abezimo eziphuthumayo bafike bathola imoto imi eceleni komgwaqo ilimele kabi.

Umshayeli ulashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela esiseduze, kubika iThe Mercury.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.