Kugwazwe isekela likathishanhloko wesikole saseLimpopo enkantolo

2017-02-03 16:01

Tzaneen - Isekela likathishanhloko wesikole esiseLimpopo ebelibhekene namacala ahlobene nezigameko zemboni yamatekisi ligwazwe labulawa eNkantolo yeMantshi yaseLenyenye ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa.

Le ndoda eneminyaka engu-46 ubudala igwazwe ingena ngomnyango enkantolo ngesikhathi ithi ishayela ucingo ummeli wayo, kusho uBrigadier Motlafelo Mojapelo.

OLUNYE UDABA: Kubulawe isekela likathishanhloko esikoleni e-KZN

"Umufi ukwazile ukungena ngaphakathi enkantolo waze wafika ngasehhovisi lemantshi lapho eshonele khono."

Umbulali ube eseboshelwa khona lapho endaweni yesigameko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.