Kugwazwe kwabulawa indoda endaweni yokucima ukoma

2017-09-14 14:06

Johannesburg - Ishonile indoda eneminyaka engu-27 ubudala kulandela ukugwazwa ethaveni eduzane nasehostela laseMadala, eSinqobile, eKrugersdorp.

Indoda, 40, ongufakazi kulolu daba, ithe ishiye le ndoda ethaveni yasendaweni yaya kwenye ngeSonto. Ngesikhathi ikule enye ithaveni, iyibone ibhadazela ihluleka ukuhamba, kubika iKrugersdorp.

"Yangitshela ukuthi igwaziwe. Ngabe sengigijima ngiyobikela abazali bayo ekhaya. Ngesikhathi sengibuya nabazali, yayisishonile," kusho umfakazi.

OLUNYE UDABA:Kugwazwe kwabulawa indoda, 20, ethaveni

Isisulu sathola amanxeba okugwazwa emzimbeni.

Imbangela yesigameko ayaziwa, kodwa amaphoyisa avule idokodo lokubulala.

Amaphoyisa acela onolwazi olungaholela ekutheni kuboshwe isigilamkhuba axhumane namaphoyisa ngokushesha.

Kucelwa ukuba amalungu omphakathi axhumane namaphoyisa aseKagiso ku-011 696 9000/ 9059 / 9065 / 9068 noma uCrime Stop ku-08600 10111 okanye bathumele umqhafazo kwethi-32211.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.