Kugwazwe kwabulawa owesilisa eKrugersdorp

2016-08-10 20:30

Johannesburg – Owesilisa ugwazwe wabulawa ku-Albertina Sisulu Road eKrugersdorp ngoLwesithathu ntamba, kusho abosizo lokuqala.

Owesilisa ushone ngaphambi kokuba abosizo lokuqala bakwaNetcare 911 bafike endaweni yesehlakalo, kusho isikhulumi u-Athlenda Mathe esitatimendeni.

Funda nalolu daba: Kuduke owakulele obeye kwi-honeymoon eMozambiqque

Okwamanje ubengakaziwa umsolwa kodwa amaphoyisa ayaphenya.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.