Kugwazwe ojele ababili ejele eliseGoodwood

2018-04-09 09:18

Kusolakala ukuthi kugwazwe ojele ababili eGoodwood Correctional Facility, eWestern Cape, okuyisenzo okusolwa kuso iziboshwa, kusho uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo.

Lesi sigameko kuthiwa senzeke ngeSonto ekuseni.

Lesi sehlakalo senzeke ngabo-08:00 ngesikhathi labo jele bevula umnyango wesitokisi ngenhloso yokunikeza iziboshwa ukudla, kusho okhulumela uMnyango uSimphiwe Xako.

"Ojele ababili bathole amanxeba amabi okugwazwa kwadingeka ukuthi baphuthunyiswe esibhedlela, nokho badedelwa ngokuhamba kwesikhathi,” esho.

UXako uthe kukholakala ukuthi lesi sigameko siyingxenye yomkhuba weqembu lezigelekeqe owenziwa ngaphakathi ejele.

"Lesi sigameko sibandakanya ama-28 nama-26. Ngenhlanhla ojele bakwazile ukusesha izitokisi, ngosizo lwamaphoyisa, kwatholakala inqwaba yezikhali zokuzenzela.”

UXako uthe izikhulu ziyaqhubeka nokuqapha isimo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.