Kugwazwe owe-ANC ePinetown

2016-08-08 16:08

Durban – Ugwazwe amanxeba amabili usomabhizinisi ophinde abengumlandeli wokuqina we-African National Congress, uVisvin Reddy, esehlakalweni sokuphanga esenzeke ePinetown ngoMsombuluko.

UReddy nomkakhe bebesendleleni elibhekise eMnyangweni wezaseKhaya beyolanda i-passport.

UReddy, wabasematheni ngo-2014 ngesikhathi ethi amaNdiya anenkinga nohulumeni we-ANC kumele abuyele eNdiya.

Funda nalolu daba: Kwembulwa kwembezwa enganeni eshayiswe yimoto

Wayengusihlalo we-ANC ngaphansi wegatsha laseChatsworth ngaleso sikhathi, kanti futhi wamiswa.

Ekhuluma neNews24, uReddy uthe yena nomkakhe bebesemotweni emarobhothini ngesikhathi iqulu lamadodo lizungeza imoto yabo.

Uthi bafune isikhwama kanye nemali kodwa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.