Kugwetshwe amakhansela e-ANC ngokubulala

2016-05-21 11:06

Durban – Amakhansela amabili amiswa emsebenzini eThekwini  kanye nenkabi ayiqashela ukuba ibulale, batholwe benecala bagwetshwa udilikajele yiNkantolo eNkulu yaseThekwini ngoLwesihlanu.

Amakhansela, uMduduzi Ngcobo, 52, noVelile Lutsheko, 57, kanye noshayasibhamu abamqasha ukuba abulale isishoshovu esinguThulisile Maureen Ndlovu batholakele benecala lokubulala.

Funda nalolu daba: Owe-ANC uthi wayehabule umqombothi ngesikhathi eboshwa

Inkabi, uMlungisi Ndlovu, uphinde watholakale enecala lokuzama ukubulala, wagwetshwa eminye iminyaka engu-12 ebhadla ejele ngokudubula uSiphesihle Madlala, owayesiza ngokufundisa uThulisile Ndlovu.

Inkantolo yatshelwa ukuthi uNdlovu wakhokhela u-R15 000 ngokubulala uThulisile Ndlovu, waKwaNdengezi.

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.