Kugwetshwe umkhulu ngokudlwengula abazukulu

2017-02-02 08:11

Durban – Ugwetshwe iminyaka engu-45 ebhadla ejele owesilisa wasesifundazweni iKwaZulu-Natal ngokudlwengula abazukulu bakhe ababili kanye nenye intombazane, kusho amaphoyisa endawo ngoLwesithathu.

INkantolo yesiFunda KwaDukuza igwebe umkhulu, 69, waseGlendale ngeledlule, kusho uCaptain Nqobile Gwala. 

Ngo-2014, wayeshiywe nabazukulu bakhe ababili, oneminyaka engu-9 nomunye unengu-11 ubudala, ngesikhathi unina esemsebenzini.

OLUNYE UDABA: Kwesule okhulumela i-ANC ePhalamende

Wabe esezidlwengula ephindelela, waze wabanjwa ngumakhelwane owabikela unina wezingane.

Ngemuva kwalokho, kwavela nenye ingane yentombazane eneminyaka engu-13 ubudala, eyabikela uthisha wayo ngowesilisa oyidlwengulayo.

Yatshela uthi uthisha ukuthi lona wesilisa ungumakhelwane wayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.