Kugwilize abantu abahlanu bezama ukuhlenga owesimame ezama ukuzibulala

2016-07-18 19:01

China - Kugwilize abantu abahlanu bezama ukusindisa owesimame obekazama ukuzibulala emfuleni, ezweni laseChina.

Lo wesimame oneminyaka engu-19 ubudaba bekaphuza nabangani kanye nozakwabo ngasemfuleni ngeSonto ngesikhathi eziphonsa emfuleni.

OLUNYE UDABA:Kugwilize indoda yashona kuswimming pool

Ozakwabo asebenza nabo bazamile ukuhlenga impilo yakhe, kodwa ngeshwa kwashona abane kulabo abebezama ukumsiza.

Omunye umuntu obekadlula ngendlela ubone laba begwiliza naye wangena emanzini ezama ukusiza kodwa ngeshwa wagwiliza naye washona, kubika iNewswatch.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.