Kugxekwa amaphoyisa ngokushona kwalowo ogula ngengqondo

2016-07-07 14:31

Durban - Ekuqaleni kwaleli sonto kwabikwa ukuthi uSizwe Zondi, 36, wazithela ngophethiloli wazishisa esesitokisini eMolweni.

UPatience Mngadi wenhlangano iDurban and Coastal Mental Health uthe amaphoyisa bewangasilawula ngenye indlela lesi simo.

“Ngikholwa wukuthi babebhekene nomuntu owayengaphethe isikhali kodwa esabisa ngophethiloli, ziningi izindlela abebengasidambisa ngayo lesi simo,”kusho yena.

UMngadi uthi bahamba izindawo ngezindawo befundisa abantu ngesifo sokuphambanelwa yingqondo ikakhulukazi njengoba uNtulikazi inyanga yabagula ngenqondo ezweni lonke, kubika iNewswatch.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.