Kugxekwa ukubulawa komfundi esikoleni

2017-06-15 12:32

Cape Town - ICommunity Policing Forum (CPF) yaseKraaifontein igxeke ukubulawa komfundi owenza uGrade 8 esikoleni esiseKraaifontein.

Lo mfundi oneminyaka engu-16 ubudala ugwazwe wabulawa ngomunye umfundi wakulesi sikole iScottsden High ekuqaleni kwesonto ngesikhathi kuqhubeka ingxabano phakathi kwabo.

OLUNYE UDABA: Kushone umfundi ogwazwe omunye kulandela ingxabano

Iziphathimandla zikholwa wukuthi isigameko sihlobene nesodlame lwamaqembu ezigebengu.

Owe-CPF uMawethu Sila uthe: "Sithole imininingwane emaphoyiseni eqinisekisa ukubulawa komfundi ngesikhali esiigamekweni esihlobene nesodlame lwezigebengu."

UJessica Shever woMnyango wezeMfundio eWestern Cape ngoLwesithathu uthe: "Abesikole iScottsden High sebesibikelile ngokushona komfundi owenza uGrade 8.

"Umufi ugwazwe kulandela ingxabano phakathi kwakhe nomunye umfundi.

"Njengamanje abesikole bakholwa wukuthi isigameko sihlobene nesodlame lwamaqembu ezigebengu. Isigameko kubikwa ukuthi senzeke ngesikhathi umfundi ebuya ekilasini ngemuva kwekhefu."

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.