Kugxekwe ukubulawa kukathishanhloko wesikole esiseGoli

2017-08-01 11:01

Johannesburg - UMnyango wezeMfundo eGauteng ugxeke ukubulawa kukathishanhloko wesikole iSandown, uPule Kgaratsi.

UKgaratsi udutshulwe wabulawa ngeSonto eningizimu yeGoli.

Lo thisha ubenguthishanhloko wokuqala webala elimnyama esikoleni esiseSandton.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa uthisha eRichards Bay

Amaphoyisa aphenya imbangela yesigameko.

Isikhulumi uSteve Mabona sithe: " Sithi dudu emndenini, kothisha nabafundi, sithi umphefumulo wakhe ulale ngoxolo."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.