Kuhamba abanye futhi abalingisi emdlalweni othandwa kakhulu

2016-07-18 17:34

Cape Town – Sekuvele ukuthi kuzohamba abanye futhi abalingisi be-7de Laan njengoba kubikwa ukuthi abalingiswa oFelicity, Pulane, Sifiso noKim nabo bayahamba kulo mdlalo.

Lo mdlalo wesiBhunu okhonjiswa ku-SABC2 usanda kumemezela ukuthi umlingiswa uPaula naye uyahamba kuwo.

Isifinyelele emaphethelweni indawo kaFelicity Daniels Croukamp esidlalwe nguMelanie du Bois iminyaka engu-15, kanti uzogcina ukubonakala ngo-Okthoba.

OLUNYE UDABA: I-SABC isixolisile ngokwenzeka kwi-7de Laan

Abanye abahambayo ngoMasego Sehoole odlala indawo kaPulane, uCorné Crous onguKim kulo mdlalo, kanye no-Anelisa Phewa onguSifiso.

Izinkontileka zoDu Bois, Crous noSehoole azizange zivuselelwe, kanti uPhewa nguye ofake incwadi yokwesula.

Abanye abasanda kumenyezelwa ukuthi bayahamba ngoJo da Silva odlala indawo kaGita noChristo Davids ongu-Errol.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.