Kuhlaselwe abosizo lokuqala beyosiza isiguli

2016-07-19 07:29

Johannesburg – Kuhlaselwe ithimba labosizo lokuqala ngaphansi kukahulumeni wezempilo eWestern, lashaywa labanjwa inkunzi ngesikhathi liphuthuma esigulini emijondolo yaseHappy Valley, eBlackheath ngoMsombuluko.

Funda nalolu daba: Sekubulawe elinye ilungu likaKhongolose eKZN

"Abalisa abane ebebephethe imibese kanye namabhodlela aphihlikile bahlasele izisebenzi ze-EMS ngesikhathi zifaka isiguli e-ambulensini. Bafune izinto ebebeziphethe, okubalwa kuzona izikhwama zemali, amaselula ngemuva kokugwaza esinye sezisebenzi ngebhodlela,” kusho okhulumela abezimo eziphuthumayo esifundazweni, uRobert Daniels.

“Esinye sezisebenzi sisatshiswe ngommese, kodwa asilinyazwanga. Ngemuva kwalokho abasolwa bacekele phansi i-ambulensi.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.