Kuhlehlile ukuqondiswa kwezigwegwe kukaDe Lillie

2018-03-22 18:01

Cape Town – IMeya yaseKapa uPatricia de Lille ngoLwesine ithe kayeneme neze ngokuhlehliswa kwesigcawu sokuqondiswa izigwegwe kulandela ukuhoxa komunye wabebezohola lolu hlelo.

Ithimba labameli baDe Lille lithe belifuna uPogiso Monchusi noSheila Camerer bakhishwe kulesi sigcawu.

UMonchusi usamukelile isicelo, okusho ukuthi abesengenele amalungu ethimba elizohola uhlelo lokuqondiswa kwezigwegwe.

OLUNYE UDABA: 'Ubenekusasa elethembisayo umfundi oshayiswe yiloli washona'

UDe Lille usolwa ngokwephula umthethosisekelo we-DA.

I-DA sekuzodingeka ithole ozongena endaweni kaMonchusi.

"Bekungukumosha isikhathi nje. Kuzongidla ephaketheni lokhu – kumele ngikhokhele abameli bami,” kusho uDe Lille.

Akazange enabe ngokuthi kungani bebefuna akhishwe uMonchusi noCamerer.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.