Kuhlehliselwe uLwesine ukuqulwa kwelikaMdluli

2017-02-01 18:06

Johannebsurg - Ukuqulwa kweclaa elibhekene nowayeyisikhulu sobunhloli uRichard Mdluli noMthunz'omhle Mthunzi lihlehliselwe uLwesine eNkantolo eNkulu yaseGoli.

UMdluli noMthunzi babhekene encala lokusabisa, ukuthumba, ukushaya nokuphambana nengalo yomthetho.

Icala lihlobene nokubulawa kuka-OAupa Ramogibe okusolwa ukuthi wathola izingcingo ezimsabisayo ezivela kuMdluli.

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo uMdluli - Umbiko

Ngo-Okthoba 2016, laba bobabili bafaka izicelo zokuba inkantolo iwahoxise amacala abo kodwa bangaphumelela.

Ngesikhathi uMdluli ethula ubufakazi ubelokhu eqhubeka nokuphika ukubandakanyeka esigamekweni sokubulawa kukaRamogibe.

Uphinde waphikisa ubufakazi bokuthi wathumba waphinde washaya owayeyintombi yakhe.

Icala lihlehliselwe ukuba abameli bakwazi ukuxhumana noMdluli.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.