Kuhlehliswe isimemezelo salowo ozothatha ubuholi eThembezinhle

2017-12-17 17:34

eThekwini - Kube muncu kuhlehliswa isimemezelo salowo ozothatha indawo kwesobuholi bebandla lamaNazaretha eThembezinhle.

Ummeli womholi wenkosi ekhotheme uVela iMisebeyelanga Shembe ucasule amalungu ebandla esehlehlisa lesi simemezelo ebekumele senziwe ngoMgqibelo mhlaka 16 Disemba 2017 ebandleni.

Lo mmeli uTrevor Nkosi uthe yize belazi igama lomholi omush kodwa kusasele izinto ezimbalwa ekumele bazicubungule kahle.

Ummeli weMisebeyelanga, uMnuz Trevor Nkosi, obebhekwe ngabomvu ukuthi amemezele igama, ucasule ibandla esekuhlehlisa ukumenyezelwa komholi.

OLUNYE UDABA: AbaseBuhleni bazophenya 'ngokubulawa' kweNkosi uVela Shembe

UNkosi uthi ufuna ukuqinisekisa ukuthi bahambisana nezwe lenkosi iMisebeyelanga.

Lokhu akuhlalanga kahle neze kumalungu ebandla, amaningi avele adangala ngalokhu njengoba bebona inkinga yokuthi kuzoyiwa kanjani entabeni iNhlangakazi ngoJanuwari bengenaye umholi.

Lo mmeli uthembise ukuthi ngeke iphele lenyanga esikuyo lingakadalulwa igama lomholi omusha, kodwa ubengakalukhiphi usuku oluqondile lokwenza lesi simemezelo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.