Kuhlomule imiphakathi kweyokubuyiswa komhlaba

2018-03-01 07:30

eThekwini - Umphakathi wasemaBomvini/Eyethu ngaphansi kweNkosi uThemba Theo Khomba Ngubane usulwe izinyembeze ziminyaka, kubika i-Eyethu KZN.

Lo mphakathi kanye nalowo wamaKhabela ongaphansi kweNkosi uJabulani Muntukaboni Dlomo kanye nowakwaHlongwa/Siyathokoza weNkosi uNdiza Timothy Hlongwa yaphucwa umhlaba wabo ngezikhathi zobandlululo.

Konke lokhu okwenzeka kulungiswe ngesikhathi iKomidi leziCelo zokuBuyiswa koMhlaba kwaZulu-Natal bahlele umcimbi ngoMsombuluko emahhovisi eSouth African Sugar Association KwaShukela eMount Edgecombe.

Kulo mcimbi kuklonyeliswe le miphakathi engaphansi kukaMasipala waseMvoti ngemali elinganiselwa ku-R15.5 million futhi kwavuleka namathuba emisebenzi engu-500.

OLUNYE UDABA: ISilo sinxuse amaZulu ukuba anikele ngo-R5 umuntu emunye

Yonke lemiphakathi yalahlekelwa wumhlaba wayo ngokungemthetho okufanele iwusebenzise ngendlela ezoyizuzisa.

Ngokusho kuka–Advocate Bheki Mbili oyiNhloko yeHhovisi leziMangalo zomhlaba KwaZulu Natal, le miphakathi ihlomule ngaphansi kwesabelozimali zonyaka ka2017/2018 eminye isazohlomula kulo nyaka omusha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.