Kuhlukene imibono ngeyokusula kukaHlaudi Motsoeneng emsebenzini

2016-07-05 08:34

Johannesburg – Sekulindwe isinqumo se-Independent Communications Authority of South Africa ngesinqumo se-SABC sokungasakazi imibhikisho enodlame.

Ngesonto eledlule ibamba lika-CEO uJimi Matthews wasula esikhundleni sakhe ekhala ngokuthi umsebenzi wakhe kwase kungukuqinisekisa zonke izinqumo ezenziwa uHlaudi Motsoeneng.

OLUNYE UDABA:I-SABC ayipholisanga maseko ngokuqasha umphathi omusha

Yize kunabaholi bezinhlangano ezizimele abafuna ukuhlenga lenhlangano yezokusakaza ngokuzama ukuketula uMotsoeneng, izinhlangano zalabo abaziphilisa ngobuciko ziyameseka uMotsoeneng.

UDon Laka omele i-South African Music Movement uthe abaculi abafuni uMotsoeneng akhishwe esikhundleni sakhe ngoba uyena yedwa uwazilalela izikhalazo zabo.

“Wakhuphula amanani ama-royalty atholwa abaculi nokuyinto ebalulekile kithi. Siyazi ukuthi zikhona ezinye izinyo ezenzikayo kodwa le ndoda ikwazile ukusenzela izinto singabaculi bakuleli,”kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.