Kuhlupheka abafundi imigulukudu yeba ukudla esikoleni

2016-07-20 19:02

Western Cape -  Isimo sibucayi kubafundi ezikoleni zase-Western Cape njengoba imigulukudu yeba ukudla kwesikole, kubika iSowetanlive.

U-MEC wezemfundo kulesi sifundazwe uDaebbie Schafer uthi Siyanda isibalo sezigameko zokwebiwa kokudla okubekelwe ukuphekelwa abafundi ezikoleni.

OLUNYE UDABA:Ogombela kwesakhe bafuna ukudla ngenkani kuKhongolose

Izikole ezingu-21 zibike ngalezi zigameko kulo nyaka kanti ngonyaka odlule zingu-18 izikole ezaba nale nkinga.

Okhulumela umnyango wezeMfundo uJessica Shelver uthe impuphu, isitambu, ilayisi, amathini kafishi izona zinto ezebiwa kakhulu.

“Kubuhlungu lokhu ngoba ziningi izingane ezifika esikoleni zingakaze zidle. Futhi ngeke ukwazi ukufundisa ingane elambile,”kusho uShelver.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.