Kuhoxisiwe ukudayiswa kwezimoto zakwa-VW

2016-08-02 08:00

South Korea -  Inkampani edayisa izimoto zakaVW ihlawulisiwe ngemuva kwezinsolo zokuthi le nkampani yavela imiphumela okungeyiyo ngesikhathi kuhlolwa lezi zimoto.

OLUNYE UDABA:IToyota icela kubuyiselwe emuva izimoto ‘ezinenkinga’

Le nkampani yakwaVolkswagen izohlawuliswa imali elinganiselwa ku- 17.8bn Korean (nokungamadola angu-$16m), phezu kwenhlawulo abayikhokha ngonyaka odlule.

Kuthiwa le nkampani okuyiyona enkulu kakhulu e-Europe yalivuma icala lokubhala imiphumela okungeyona ngezimoto ezisebenzisa udizili ngonyaka odlule, kubika iBBC News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.