Kukhalwa ngamaphoyisa aseThekwini angamavila

2016-07-11 19:02

Durban – Umphakathi osuke uyocela usizo esiteshini samaphoyisa esiseDurban Station, eThekwini, usuwasole ngobuvila amaphoyisa asebenza kuleli hhovisi.

Kuthiwa uwafica edla izikhaftini, ezifundela amaphephandaba noma exoxa izindaba ocingweni – uma kukhona ocela usizo ukhonjwa eDurban Central.

La bantu basuke befuna isigxivizo samaphoyisa ukuqinisekisa ukuthi amaphepha abawaphetha awangempala.

OLUNYE UDABA: Kusolwa amaphoyisa ngokuduka kwemali esipotini

Kuthiwa amaphoyisa alesi siteshi avele abatshele ukuthi akwenziwa lokhu kulesi siteshi bese ebayalela indlela ebheke eDurban Central.

Owamaphoyisa uLietenant Colonel Thulani Zwane uthe imibuzo ngalolu daba idluliselwe ehhovisi eliqondene nalo.

Iphephandaba iSolezwe lithi kuze kwashaya isikhathi sokushicilela izimpendulo zingabuyanga.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.