Kukhishwe abantu e-Airport eThekwini kubonakala isikhwama esingaqondakali

2017-08-14 07:17

Durban – Isikhwama ebesishiywe sodwa esikhumulweni sezindiza iKing Shaka eThekwini ngeSonto sidale ukuba kukhishwe abantu esikhumulweni sezindiza, kusho i-Airports Company of SA (Acsa).

"Bekunesikhwama ebesishiywe sodwa okudingeke ukuba amaphoyisa asihlole,” kusho okhulumela i-Acsa uColin Naidoo.

OLUNYE UDABA: Kushone abahlanu kwalimala abane engozini

Kubizwe ithimba lamaphoyisa amabhomu ukuzohlola isikhwama, kodwa kwatholakala ukuthi akukho lutho oluyingozi.

Imisebenzi yasesikhumulweni sezindiza ibuyele esimeni esijwayelekile futhi awekho amabhanoyi abambezelekile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.