Kukhishwe umehlokaboni ka-R20 000 ukuze kubanjwe abambe isidumbu emathuneni

2018-03-22 12:30

EMpumalanga - Amaphoyisa aseMpumalanga athungatha abasolwa abambe ithuna lowesilisa eTekwane Cemetery, kubika iMpumalanga News.

Ngesonto eledlule, abasolwa abangaziwa bambe isidumbu sikaXolani Mkhize basishumpula izandla nezinyawo basishiya khona lapho.

UMkhize wangcwatshwa ngomhlaka-10 kwephezulu kanti isidumbu sakhe sambiwa ngemuva kwesinsuku ezimbili engwatshiwe, kusho amaphoyisa esifundazwe.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe umfana otholakale nesibhamu esingekho emthethweni eDannhauser

Kukhishwe imali engango-R20 000 ezokhokhelwa lowo ozosondela phambili nolwazi olungasiza kubanjwe abasolwa abenze lokhu.

Amaphoyisa anxusa umphakathi ukuba uxhumane noLieutenant Colonel Jacky Mbuyane ku-082 469 1478 noma uSergeant Barney Mathebula ku-076 475 7583 ngolwazi olungaba wusizo mayelana nalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.