Kukhishwe umehlokaboni kulandela ukugwazwa komshayeli wesitimela

2018-04-10 19:29

eKapa -  AbakwaMetrorail ngoLwesibili baveze ukuthi bazokhipha umehlokaboni ka-R25 000 ngemuva kokuhlaselwa komshayeli wesitimela.

Lokhu kwenzeke phakathi kwesiteshi saseKraaifontein naseMuldersvlei eKapa lapho bekugetshengwa khona lomshayeli ngo-1935 ngoMsombuluko.

Kuthiwa lesi sitimele sivele saba nenkinga, ngesikhathi lo mshayeli ephuma egumbini lakhe eyohlola ukuthi kwenzenjani yilapho ahlaselwa khona.

Lo mshayeli uhlaselwa ngamadoda amathathu amugwazwe ngommese ngaphambi kokumgebenga.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abahlanu abadubule babulala abantu eTsakane

Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bamthola esaxinekile.

Ulashelwe kule ndawo ngaphambi kokumphuthumisa emtholambilo oseduze.

Umphathi wesifunda kwaMetrorail uRichard Walker ukhiphe isitatimende egxeka lesi sehlakalo asichaze njengento engamukelekile nebuhlungu kakhulu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.