Kuklonyeliswe izintatheli ezamiswa eSABC

2016-07-10 09:08

Johannesburg – Izintatheli ezingu-8 zaseSABC ezibhekene nokuqondiswa kwezigwegwe ziklonyeliswe nge-Nat Nakasa Award ngoMgqibelo ebusuku.

Kulo mcimbi kuklonyeliswa abantu abakhombisa ukusebenza ngobuqotho nangokukhuthala emazikweni ezindaba ehlukene.

UJacques Steenkamp, Suna Venter, Foeta Krige, Krivani Pillay, Busisiwe Ntuli, Vuyo Mvoko, Lukhanyo Calata, Thandeka Gqubule bonke bahlonishwe ngezindodo.

Funda nalolu daba: Kutholakale isidumbu sosana kudoti

Imiklomelo yabo bayamukele begcwele izinyembezi emehlweni bephethe amabhelunde amhlophe.

UKrige noMvoko bona abaphumelelenga ukuba kulo mcimbi.

Lezi zintatheli zakhetha ukuzwakalisa ukukhathazekwa kwazo ngemigomo eSABC ngaphansi kwesandla sikaCOO Hlaudi Motsoeneng.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.