'Kulabo abangasenalo ubizo lobunesi abavele bawushiye lo mkhakha'

2017-10-13 16:03

Pietermaritzburg - Kucelwe ukuba bonke onesi esuifundazweni kanye nalabo abebetheweswa imiyezane izolo (ngoLwesine) nanamuhla (ngoLwesihlanu), ukuba babuyele emasisweni baphinde bagcine izifungo zobuhlengikazi uma belapha iziguli.

UNgqongqoshe wezeMpilo KwaZulu-Natal, uDkt Sibongiseni Dhlomo, usho lokhu ngesikhathi ehambele umcimbi wokuthweswa kwemiyezane konesi abangu-1 416 eRoyal Agricultural Show Ground.

OLUNYE UDABA:Bethweswe iziqu abafundisa ezinkulisa

Lo mcimbi uthathe izinsuku ezimbili khona kule ndawo, eMgungundlovu.

Ungqongqoshe ukhale ngokuthi uma ehambele imiphakathi, amalungu omphakathi akhala ngonesi abangakwazi ukubaphatha kahle nabangakwazi ukukhuluma nomphakathi uma behambele izikhungo zezempilo.

"Ngihlezi ngithi kulabo abangasenalo ubizo abavele bawushiye lo mkhakha," kusho uDhlomo.

 - Thola udaba oluphelele ku-EYETHU News .

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.