Kulahleke amabhubesi amathathu epulazini eliseFree State

2018-04-29 14:05

eFree State - Umlimi waseFree State uthuke woma ngesikhathi ethola ukuthi amabhubesi akhe amathathu abulewe futhi acwiywa izitho zomzimba, kanti amanye amathathu alahlekile.

"Ngibone into ehlasimulisa umzimba futhi engingakaze ngiyibone empilweni yami, kusho uGert Claasen etshela abeNews24 ngoMgqibelo ngemuva kokuba amaphoyisa akhiphe umbiko wokuxwayisa umphakathi ngamabhubesi alahlekile.

Okhulumela amaphoyisa aseBethlehem uKaputeni Zweli Mohobeleli uthe kunamabhubesi amathathu, elilodwa elimhlophe namabili amdaka alahlekile kanti kawaziwa ukuthi aphi.

OLUNYE UDABA:Kuxwayiswa umphakathi ngamabhubesi eqe esiqiwini

"Akwaziwa noma afile, ebiwe noma agcwele izinkalo. Sinxusa abalimi abangomakhelwane kanye nomphakathi wonkana ukuba ubikele amaphoyisa uma ebonakala lawa mabhubesi,"kusho yena.

Uthi uma kukhona onolwazi ngawo angaxhumana noLt Colonel Smith wophiko lweFouriesburg Stock Theft and Endangered Species Unit ku-082 466 8667.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.