Kulahleke izigidi zamaRandi ohlelweni oluyintandokazi

2017-08-20 14:00

Johannesburg -  Uhlelo oluyintandokazi oludlala ku-SABC 2 uMuvhango kuthiwa lubhekene nezinkinga zezimali kanti abanye abalingisi bangahle balahlekelwe yimisebenzi.

Lokhu kulandela ukuthi inkampani eqopha lolu hlelo iWord of Mouth igetshengwe imali engango-R4.5 million.

Imithombo engaphakathi ithi le ndaba ikhulunyelwa phansi.

"Akuqondakali ukuthi le mali ikhwabaniswe kanjani nokuthi ifakwe kweyiphi i-akhawunti kodwa okubuhlungu wukuthi kuzokhokha abantu abangenacala,"kusho imithombo.

OLUNYE UDABA:Uzame ukweba into ye-satellite dish ngoba efuna ukubuka uMuvhango

Omunye umthombo uthi bake babanazo izinkinga ngaphambilini kodwa, le inzima kakhulu.

Kuthiwa uDuma kaNdlovu kanye nabanye ophrojusa balolu hlelo bahlezi benemihlangano yangasese bezama izindlela zokuphuma kule nkiyankiya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.