Kulengiswe owabulala intombi nengane

2018-02-19 16:01

Gaborone - Izwe iBotswana lilengise owesilisa olahlwe yicala lokubulala intombi kanye nendodana yayo.

Bekungokokuqala eminyakeni emibili lokhu kwenzeka kuleliya lizwe okuyilona kuphela emazweni aseningizimu ye-Afrika asasebenzisa isigwebo senkantolo.

UJoseph Poni Tselayarona, 28, ubulawe ngoMgqibelo ngemuva kwesigameko sango-2010 sokubulawa kwentombi yakhe kanye nendodana yayo eneminyaka emithathu ubudala, kusho uMnyango wamaJele eBotswana.

OLUNYE UDABA: Uzofihlwa ngoLwesibili obengumholi weqembu eliphikisayo eZim

Ngesikhathi iBotswana iqhubeka nesigwebo sentambo, izwe elisentshonalanga ye-Afrika, iGambia ithathe isinyathelo sokuqeda lo mthetho.

UMengameli Adama Barrow ngesikhathi kugujwa iminyaka engu-53 izwe lathola ukuzimela, uzwakalise ukuthi uyasimisa isigwebo sentambo.

“Ngizosebenzisa leli thuba ukusho ukuthi ngiyakumisa ukusebenza kwesigwebo sentambo, lena yimizamo yokuqala yokuqeda lo mthetho eGambia,” Kusho uBarrow enkulumeni yakhe ayenze nge-Independence Day.

- Africa News

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.