Kulimale 11 wabantu kugingqika itekisi eVerulam

2017-09-04 12:30

Johannesburg - Abantu ababili balimale kabi engozini yetekisi eyenzeke eVerulam enyakatho yeTheku ekuseni ngoMsombuluko.

Okhulumela iNetcare uNick Dollman uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko ngezithuba zabo-07:00 ekuseni ngemuva kwemibiko ngengozi embi eyenzeke ku-Ireland street eVerulam.

“Ababanye babagibeli betekisi abalimele bathi itekisi yehlulwe yijika ekhoneni lika-Ireland noTodd street, yayophoseka eweni, yaphenduka ngaphambi kokuba ime edaweni epaka izimoto esitolo esisendaweni.”

OLUNYE UDABA: Izahamuzi zimise yonke into eVuwani

UDollman uthe amaphoyisa yiwona azokwenza uphenyo ngengozi.

Uthe abosizo lokuqala beNetcare 911 nezinye izinkampani basize abantu abangu-11 abalimele, ababili kubona belimele kabi.

- IOL

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.