Kulimale 20 kushayisana amabhasi eThekwini

2016-07-25 10:04

Johannesburg - Balinganiselwa kwabangu-20 abantu abalimele ngesikhathi kushayisana amabhasi amabili endaweni yase-Avoca eNyakatho yeTheku.

Abezimo eziphuthumayo bathi amabhasi ashayisane kuChris Hani Road.

Okhulumela iNetcare911 uChris Botha uthi uphahla lwelinye lamabhasi luphumile kanti beluseceleni kwebhasi.

Funda nalolu daba:  Angisajoli noKhune - OkaMpisane

"Lokhu kulimaze abantu abalinganiselwa kwabangu-20, kukhona abathole imihuzuko nabalimale kabi.”

Abalimele bathole ukwelashwa endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuba baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene, kubika i-ECR.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.