Kulimale 20 wabantu engozini eyenzeke ku-N3 eThekwini

2017-08-11 12:32

Johannesburg - Kulimale abantu abangu-20 kulandela ukushayisana kwenqwaba yezimoto ku-N3 eThekwini.

Kukholakala ukuthi kushayisane iloli, itekisi nezimoto ezintathu ngoLwesihlanu ekuseni.

OLUNYE UDABA: Iphume nemiphefumulo ingozi enyantisayo

Kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto. 

Abosizo lokuqala bafice inqwaba yabantu ngalapho okushayisane khona izimoto ngesikhathi befika endaweni yesigameko.

UCeron Lennox weRescue Cares Operations uthe: "Abantu abalimele balashelwe endaweni yesigameko kanti iziphathimandla ziphenya imbangela yesigameko."


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.