Kulimale 21 ezingozini ezibandakanya amatekisi amathathu ngaseThekwini

2016-07-24 13:30

Durban - Kulimale abantu abaphezu kwamashumi amabili ezingozini ezintathu ezenzeke ngaseThekwini ngoMgqibelo ebusuku, kubika iNewswatch.

Ingozi yokuqala yenzeke eMarianhill lapho itekisi lishayise izinsimbi ezisebeleni komgwaqo.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Ingozi yetekisi nemoto encane eNtuzuma

Abe-ER24 bafike kule ndawo bathola abantu bahlanu bahleli eduze komuzi belimele, kuRudolf Road.

Kwesinye isigameko kulimale abantu abangu-8 kushayisana amatekisi uma ushiya u-N3 ngaseHammarsdale. Ngokusho kwabosizo lokuwala kusetshinziswe udlawu olukhulu ukuze kukhishwe abavaleleke etekisini.

Kwisigameko sesithathu nakhona kulimale abangu anagu-8 ngesikhathi imoto iginqika kumgwaqo uSweetwaters e-Edendale. Ababili kulaba abalimele izingane ezincane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.