Kulimale 30 isitimela sishayisa iloli

2016-07-22 19:00

Tehran — Abezindaba zase-Iran bathi kulimale abantu abangu-30 ngesikhathi isitimela sishayisa iloli enyakatho yezwe.

Umbiko wangoLwesihlanu we-IRNA uthe le ngozi yenzeke ekuseni ngaseBehshahr, okungamakhilomitha angu-350 ukusuka eTehran.

Kuthiwe abalimele badluliselwe ezibhedlela zendawo, ngenhlanhla akushonanga muntu.

OLUNYE UDABA: Senyukile isibalo sabashone engozini yesitimela

Izingozi zalolu hlobo zidlangile ezindaweni ezisemakhaya e-Iran ngenxa yokuthi abashayeli bawela ujantshi wesitimela ezindaweni ezingagunyaziwe.

Kushona abantu abangu-17 000 njalo ngonyaka emigwaqeni yase-Iran.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.