Kulimale 50 wabantu ibhasi ishayisana nemoto

2017-07-31 07:46

Cape Town – Babalelwa kwabangu-50 abantu abalimale ngesikhathi ibhasi lishayisana nemoto encane ku-N1 eWestern Cape ngeSonto, kusho abosizo lokuqala.

Ingozi yenzeke ngasemgwaqeni ongenela kuKlipheuwel ngezithuba zabo-17:00, kusho okhulumela i-ER24 u-Ineke van Huyssteen.

"Ngesikhathi abosizo lokuqala be-ER24 befika endaweni yesigameko ngabo-17:00, abantu ababili ebebesemotweni kudingeke bakhishwe emotweni ngokusebenzisa izindlawu. Abanye abalimele bebesakwazi ukuzihambela ngezinyawo zabo endaweni yesigameko.”

OLUNYE UDABA: Kushone abantu engozini yekhumbi nemoto encane

Kule ngozi kunabantu abathole imihuzuko kanjalo nabalimale kabi. Abantu ebebesemotweni encane yibona abalimale kabi, besesimeni esibucayi.

Imbangela yengozi ibingakaziwa kodwa amaphoyisa ayaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.