Kulimale 6 wezingane zesikole kushayisana amatekisi ePMB

2016-07-26 11:34

Pietermaritzburg - Kulimale abantu abayisikhombisa ngoLwesibili ekuseni kubalwa nezingane zesikole ngesikhathi kushayisana amatekisi amabili ezimpambanweni zomgwaqo uFrench noPrince Albert eMgungundlovu.

Ngokwe-Eyethu News isigameko senzeke ngezithuba zabo-7 ekuseni namuhla kanti abosizo lokuqala i-ER24 bathe bafike endaweni yesigameko itekisi imaphjakathi nomgwaqo kanti enye ibiseceli ngale kwezinsimbi zomgwaqo.

OLUNYE UDABA:Kuthiwa walahlekelwa u-R800 000 ekugembuleni owazishisa

Abosizo lokuqala bathole ukuthi kulimale abagibeli abangu-7.

Kulabagibeli abalimalile yizingane eziyisithupha ezineminyaka eohakathi kwengu-13 nengu-16 ubudala.

Abalimalile balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela i-Eedendale.

Kusolwa izulu elibi eliyimbangela yesigameko nokuthi kumhlulile ukuma emarobhothini umshayeli wetekisi kwase kushayisan amatekisi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.