Kulimale 8 izimoto zishayisa i-jumping castle kudlala izingane

2017-08-10 09:34

Cape Town – Abantu abangu-8, okubalwa kubona nezingane eziyisithupha, balimele ngemuva kokuba izimoto ezimbili zishayise i-jumping castle ebisegcekeni eDelft.

Ingozi yenzeke ku-Eindhoven Street ngoLwesithathu ntambama.

Izingane ezilimele kukholakala ukuthi ziphakathi kweminyaka emithathu neyisithupha ubudala.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa iziboshwa ezeqe zibuya enkantolo

Kubikwe ukuthi kukhona abalimele kabi nalabo abathole imihuzuko.

Iziphathimandla ziphenya ngembangela yengozi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.