Kulimale ababili iveni ishayisa izinkomo eColenso

2016-07-14 14:33

Colenso - Kulimale kabi ababili ngesikhathi iveni abebehamba ngayo ishayisa izinkomo eColenso.

Le ngozi yenzeke ngoLwesithathu ebusuku kumgwaqo u-R103 lapho iveni ishayisa izinkomo ezimbili.

OLUNYE UDABA:‘Uma i-ANC ingasamfuni uZuma, akabuye azokwelusa izinkomo’

Abezimo eziphuthumayo kanye nezicishamlilo bafike kulendawo bathola umshayeli kanye nomunye abehamba naye belimele.

Lezi zinkomo zivele zahlatshwa amalunga omphakathi base babelana ngazo, kubika iLadysmith Gazette.

-Izindaba.News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.