Kulimale abagibeli kugingqika ibhasi ebelithwele abasebenzi

2018-04-12 09:38

Johannesburg - Kulimale abantu abaningi ngesikhathi ibhali lomsebenzi ligingqika eBloekombos, eKraaifontein, ngoLwesine ekuseni, kusho izikhulu eKapa.

Ibhasi libandakanyeke engozini neloli elincane, kodwa imininingwane egcwele ngokwenzekile ayikabikho.

Isibalo sabantu abalimele asaziwa okwamanje, ngokusho kokhulumela amaphoyisa omgwaqo uRichard Coleman.

OLUNYE UDABA: Umkhandlu nesu lokusebenzisa indle ngendlela ezohlomulisa umphakathi

Uthe ibhasi belithwele abasebenzi lisuka enkampanaini iCounty Fair.

Umgwaqo u-R101 ubuvaliwe ngaserenki yamatekisi eBloekombos kanti izimoto beziyalelwa ukuba zihambe ngo-N1 nango-R304.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.