Kulimale abahlanu itekisi lishayisana neloli ngaseNtuzuma

2017-09-05 12:31

Kulimale abantu abahlanu ngoMsombuluko ebusuku ngesikhathi itekisi lishayisana neloli emgwaqeni uDumisani Makhaye eNtuzuma.

Abezimo eziphuthumayo abasebenzela inkampani i-ER24 bafike endaweni yesigameko ngo-21h00 ebusuku bathola zombili lezi zimoto ziphakathi komgwaqo.

Ngesikhathi kuhlolwa isimo, abezimo eziphuthumayo bathole umuntu oyedwa esavaleleke emotweni.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Izidumbu zabashonile zitholakale eceleni kwemoto,eBergville

Abezicishamlimo bafike kule ndawo bephethe amathuluzi okulula leli tekisi ukuze kutakulwe lo muntu.

Imbangela yale ngozi ayaziwa kodwa amaphoyisa asaphenya.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.