Kulimale abangu-16 engozini yezimoto ezingu-5 eKapa

2018-03-19 08:03

Cape Town – Kungenzeka ukuthi intuthu yomlilo wequbulo oyimbangela yengozi ebandakanya izimoto ezingu-5, kwalimala abantu abangu-16 eGrassy Park, eKapa, kusho abosizo lokuqala i-ER24 ngeSonto.

“Zonke izimoto zitholwe ziphakathi nomgwaqo abagibeli bezula zula ngaphandle emgwaqeni,” kusho uRussel Meiring okhulumela i-ER24, enanela ngesigameko esenzeke ngeSonto ntambama kuSchaapkraal Road.

Uthe abosizo lokuqala balaphe abalimalile ngaphambi kokubaphuthumisa esibhedlela beyoqhubeka nokwelashwa.

OLUNYE UDABA:Ungqongqoshe ukhathazekile ngomlilo wequbulo

“Abazibonele isigameko bathe intuthu yomlilo wequbulo odale ukuthi kungabonakali kahle emgwaqeni ngaphambi kwesigameko.”

Khonamanjalo, esigamekweni esehlukile eVereening, eGauteng, kulimale abantu abane, oyedwa usesimeni esibucayi, ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ishayisa isihlahla.

“Abosizo lokuqala i-ER24, bafike endaweni yeisgameko bafica imoto encane eceleni komghwaqo incike ngesihlahla. Abantu abebekule moto bakhishwe ngamalungu omphakathi emotweni,” kuchaza uMeiring.

Owesimame obesesimeni esibucayi uphuthunyiswe ngendiza esibhedlela.

Abanye abalimalile balashelwe endaweni yesigameko kuGeneral Hertzog Road ePeacehaven ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.
Zombili izigameko ziyaphenywa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.